Songtexte.com Drucklogo

Amaphoyisa Songtext
von Phuzekhemisi

Amaphoyisa Songtext

Ng′fike ngabon' inkinga amaphoyisa edlala ngabantu
Ngaphambi kwamehlami ngiwabhekile
Ng′fike ngabon' inkinga amaphoyisa edlala ngabantu
Ngaphambi kwamehlami ngiwabhekile
Avel' aqhamuka ashaya abantu bengenzelutho
Bey′hlalele ngiwabhekile

Namaphoyis′ okwenzani nidlala ngabantu?
Namaphoyis' okwenzani manidlala ngabantu?
(Yin′ en'dlala ngabantu)
Namaphoyis′ okwenzani nidlala ngabantu?
Namaphoyis' okwenzani manidlala ngabantu?
(Yin′ en'dlala ngabantu)

(Tshelani uHulumeni azam' ukuwabonisa azam′ ukus′phatha kahle)
Oh lolo! (Tshelani uHulumeni azam' ukuwabonisa azam′ ukus'phatha kahle)
Maye we mah! (Tshelani uHulumeni azam′ ukuwabonisa azam' ukus′phatha kahle)
Ahlupha abantu (yiw' adlala ngabantu)
Ahlupha abantu (yiw' adlala ngabantu)
Bey′hlalele (yiw′ adlala ngabantu)


Zasha phela Phuzekhemisi aw'way′hlaba ngempela
Phela umfoka Majazana khona phansi eNsepheni
Lang'zalwa khona, umful′ engiw'phuzayo
Ngiphuz′ uMakhoyakade khona ka Dumisa
Bhu! Ngay'hlaba kwathukuthela ngish' iMsadavu uqobo, wob!

Ng′fike ngabon′ inkinga amaphoyisa edlala ngabantu
Ngaphambi kwamehlami ngiwabhekile
Ng'fike ngabon′ inkinga amaphoyisa edlala ngabantu
Ngaphambi kwamehlami ngiwabhekile
Avel' afik′ ashaya abantu bengenzelutho
Bey'hlalele ngiwabhekile

Namaphoyis′ okwenzani nidlala ngabantu?
Namaphoyis' okwenzani manidlala ngabantu?
(Yin' en′dlala ngabantu)
Namaphoyis′ okwenzani nidlala ngabantu?
Namaphoyis' okwenzani manidlala ngabantu?
(Yin′ en'dlala ngabantu)

(Tshelani uHulumeni azam′ ukuwabonisa azam' ukus′phatha kahle)
Maye we mbabo! (Tshelani uHulumeni azam' ukuwabonisa azam' ukus′phatha kahle
Ahlupha abantu nje (tshelani uHulumeni azam′ ukuwabonisa azam' ukus′phatha kahle)
Sidlal' amaBhunu (yiw′ adlala ngabantu)
Sidlal' amaBhunu (yiw′ adlala ngabantu)
Siy'hlalele (yiw' adlala ngabantu, yiw′ adlala ngabantu)

Songtext kommentieren

Log dich ein um einen Eintrag zu schreiben.
Schreibe den ersten Kommentar!

Beliebte Songtexte
von Phuzekhemisi

Fans

»Amaphoyisa« gefällt bisher niemandem.